Ngiphuphe umuzi kamamncane uhlaselwe yizixhwanguxhwangu, inekhishi elilodwa negumbi elisemgqeni wekhishi
Ngiyakhala ngiyaxoxa nomamncane uyaphuma endlini kodwa uphatheke kabi ngifice isikhwama esinomlingo waphendula wathi asivule akavumanga.