Ngiphuphe kungena omunye wakithi ongumyeni ka-anti wami ezobingelela wabe esengidonsa wangiqabula ngesaba kakhulu angeke ngikwazi ukuphunyuka kwafika umalumekazi wangihlenga kuye emva kwalokho ngangena ngivele ngikhale ngoba ngimthatha njengobaba ngaze ngathuka kwenzenjani ngiphuphe kanje?